EasyManua.ls Logo

Essentials FK-0901 - Page 30

Essentials FK-0901
31 pages
Print Icon
To Next Page IconTo Next Page
To Next Page IconTo Next Page
To Previous Page IconTo Previous Page
To Previous Page IconTo Previous Page
Loading...
ISIZULU
UKUXAZULULA INKINGA
1. Uma iketela lizicimela ngaphambi kokuthi libile.
- Lokhu kuvamise ukubangelwa ilokhu okukhekhebukayo okukhandeka
ngaphakathi eketeleni kanti lokhu kungaxazululwa ngokuthi uligeze
ukukhekhebuka.
- Kungenjalo, iketela kungenzeka ukuthi kwenzeke iphutha lasetshenziswa
lingenawo amanzi noma linamanzi angenele, okubangela ukuthi kusebenze
idivayisi yokuphepha. Ilungise njengoba kuchaziwe ngezansi.
2. Ukulungisa ukucisha kokuphepha kokubila okomile.
- Linda imizuzu emi-5 iketela liphole, bese ulifaka futhi amanzi. Cindezela iswishi
yokukhayisa nokucisha ON /OFF. Emva kwemizuzu engama-25 iketela
lizozilungisa lona bese liyabila futhi.
3. Uma iketela lingasebenzi.
- Bheka ukuthi iswishi yamandla ikhanyisiwe kusokhethi esobondeni.
- Uma iketela libile lingenamanzi, ukucisha ukuze liphephe kuzozisebenzela
(bheka isigaba esingenhla).
4. Uma amanzi enganambitheki kahle.
- Imvamisa lokhu kwenzeka kuphela emva kokulisebenzisa okokuqala, kanti
akusiyo inkinga uma amanzi ake abila ngaphambilini echithiwe njengoba kushiwo
esigabeni Ukusebenzisa iketela lakho. Uma inkinga iqhubeka, gcwalisa iketela
lifike kuMAX bese ufaka izipuni zetiye ezi-2 ze-sodium bicarbonate. Bilisa bese
uchitha amanzi.
5. Uma iketela liba nezinto ezikhekhebukayo ngaphakathi futhi/noma amanzi eba
ngathi amafu amhlophe.
- Uma uhlala ezindaweni ezinamanzi aqinile lokhu kuvamile, ngoba kubangwa
yi-calcium ne-magnesium carbonate esemanzini, okwenza ukuthi kudingeke
ukuthi uligeze njalo ngaphakathi iketela. Uma ufuna ukuthola kabanzi ngohlobo
lwamanzi asendaweni yakho, inkampani yamanzi yangakini ingakwazi
ukukweluleka.