EasyManua.ls Logo

Empisal Expression 889 - Page 59

Empisal Expression 889
76 pages
Print Icon
To Next Page IconTo Next Page
To Next Page IconTo Next Page
To Previous Page IconTo Previous Page
To Previous Page IconTo Previous Page
Loading...
9
ISIZULU
Ukuthandela IbhobhiniUkukhipha noma Ukufaka Ibhokisi Lebhobhini
Cima umshini ngesikhathi wenza lokhu.
1 Vula ikhava yehhuku.
2 Phakamisa inalidi ngokujikisela i-Raise balance wheel ngakuwe.
Khipha ibhokisi lebhobhini ngokubamba okokukhiya ibhokisi.
3 Ngesikhathi ufaka ibhokisi lebhobhini, beka uphondo esikhaleni
se-hook race. Vula umshini.
Phambanisa ukotini ngesimo sika-8 ukwenza ukuqina okufanele.
Khipha ukotini ku-spool. Hambisa ukotini ku-bobbin winder thread
guide. Faka ukotini kwenye yezimbobo kubhobhini kusuka ngaphakathi
kuya ngaphandle.
Faka ibhobhini ku- spindle sesithandeli sebhobhini, bese uyiphushela
ngakwesokudla. Ekugcineni kwechopho elikhululekile likakotini
owuphethe esandleni sakho, cindezela isilawuli sonyawo. Misa umshini
uma usujike kaningana, bese usika ukotini eduze nembobo kubhobhini.
Cindezela isilawuli sebhobhini futhi.Uma ibhobhini selithandeleke laze
lagcwala, lizozimela.
Buyisela isithandeli sebhobhini endaweni yaso ngokuhambisa i-spindle
ngakwesokunxele bese usika ukotini.
2
1
3

Related product manuals